Sigila Bathakati iSiwasho, Esinamandla

R20,00

Lesi siwasho siqukethe: Mpinda Mshaye, Impendulo, Betela Zonke, Zamlandela, kanye nomuthi wesintu onamandla. Xosha abathakathi endlini yakho, xosha amabandi, xosha imimoya emibi, xosha izilwane, xosha isinyama. Sinqoba izitha ezihamba ngezindlela ezimbi, nemihlathi edla abanye kodwa ezigcina izidlayo.

Indlela yokusebenzisa lesi siwasho: Uyageza, Uyachela, Uyaphephetha, Uyabethela ngaso, uphinde ukhulume.