Vuma and Mpukane Oil, Amafuta 2-in-1 100ml

R25,00

Lawa mafutha angama-2-in-1 asusa amabhadi futhi aletha inhlanhla noma avule izindlela eziningi zenhlanhla. Amafutha ethu iVuma neMpuka ahlanganisa imikhiqizo emibili enamandla okwenza aqine futhi asebenze kahle kakhulu. Ayasiza ekuletheni ukuvumelana emindenini enengxabano, asekele ezothando, abuyise isithandwa sakho, alethe inhlanhla, akhuphule inhlonipho kuwe, enze uthandeke emsebenzini, futhi akulethele inhlanhla yemali kanye nomsebenzi. Konke kuba nokwenzeka uma usebenzisa lawa mafutha. Lawa mafutha aqukethe umuthi wangempela owenza asebenze kahle futhi abe namandla angajwayelekile.

Indlela yokusebenzisa: Nyakazisa ukuze uhlanganise zonke izithako ngaphambi kokusebenzisa. Faka kuzo zonke izingxenye zomzimba izikhathi ezintathu ngosuku, noma ungahlanganisa nawo kuthandiwe uwoyela, ukhilimu noma ivaselina yakho.