Semali and Mpukane, iSiwasho 2-in-1

R20,00

Lesi siwasho sikwenza uthandwe abantu, balandele izwi lakho, bakulalele, futhi bacabange ngawe wedwa. Sibiza imali nenhlanhla, sivula izivalo ezivaliwe, silanda amaklayenti, futhi sibuyisa isithandwa esahamba. Sivula inhlanhla yemali nomsebenzi. Uma udlala amadayisi noma amahhashi, imali iyazingenela, futhi uma unezebhizinisi, amakhasimende ayanda. Imali ingenela kalula ezandleni zakho kunokuthi iphume, futhi konke okuvaliwe kuyaqaqeka.

Izindlela Zokusebenzisa: Uyageza, Uyafutha, Uyagquma, Uyaphalaza, Uyaphephetha.