iSiwasho 7-in-1, Lomkhiqizo Uhlanganiswe Nomuthi

R25,00

Lesi siwasho siqukethe: UmkhanyaKude, Vulakuvaliwe, Bhekamina, Velabahleke, Umzaneno, Siwasho Sobuhle, neSiwasho Senhlanhla. Sigcwalisa igazi lakho, sikwenze uthandeke phakathi kwabantu, emsebenzini nasebhizinisini lakho. Sisusa isidina, sikwenze ukhange futhi uqame noma ukuphi lapho uhamba khona uma ugeze ngalesi siwasho. Sivula izindlela, siqaqa amafindo, siletha inhlanhla nokukhanya empilweni. Sisusa izithiyo ezikhona, siqaqe konke okuvalekile. Lesi siwasho sikwenza ubenomuhle, ubenogazi, futhi uthandeke kubantu bonke, ngisho nalabo abangakuthandi bayahlekela uma bekubona.

Indlela yokusebenzisa: Uyagquma, uyageza, uyaphalaza, bese ukhulumisa izifiso zakho kabili ngosuku.