...

iSiwasho Somfelwa Sa Bofifi

R15,00

iSiwasho Somfelwa Sa Bofifi. Ufuna isixazululo sokuhlanzeka esilungele abantu abashonelwe? LESI SIWASHO SISETSHENZISWA UMA KUBUYWA EMATHUNENI KADE KUNGCWAISHWA SISHLANGANISWA NESQUNGA KUGEZWE NGASO. Lesi siwasho senzelwe ukususa isithunzi sokufa, ukususa amathunzi amabi, ukususa isithunzi sokuphuphunyelwa isisu, uma ubhujelwe, noma ubulele, noma ulele nomfelwa, noma usuka emfihlweni noma kowenu kungcwatshwa. Izikhathi eziningi asazi ukuthi kungani izinto zingahambi kahle empilweni yethu. Lesi siwasho sisiza ukususa amathunzi amabi asivimba ekutholeni impumelelo.

Indlela yokusebenzisa: Uya geza, uya gquma, uya phalaza, uya chela, uyabethela ngaso.

Category: Tags: ,