Velabahleke Oil, Amafuta Velabahleke 100ml

R18,00

Lamafuta enza uthandeke futhi aletha ukukhanya empilweni yakho. Sisusa isidina futhi senza ukuthi noma ungahamba kuphi abantu bakwamukele ngokufudumele. Lapho uvela khona, abantu bayamoyizela futhi bakhombise injabulo ngawe, ngisho nalabo abangakuthandanga ekuqaleni bayathokoza. Amafutha asebenza kahle ekwakheni ubudlelwano obuqinile nasekubuyiseleni uthando nomlingo emshadweni. Lawa mafutha aqukethe umuthi wangempela owenza asebenze kahle futhi abe namandla angajwayelekile.

Izindlela Zokusebenzisa: Fakela umzimba wonke kabili nsuku zonke, noma ungakuhlanganisa ne-lotion oyithandayo, ukhilimu noma i-vaselina.