Vulakuvaliwe Oil, Amafuta Vula Kuvaliwe 100ml

R18,00

Lamafutha enza ukuthi uma ufuna izinto zakho zivuleke, yingakho ebizwa ngokuthi Vulakuvaliwe. Sebenzisa njengoba kuyaliwe ukuze zonke izinto zakho zivuleke futhi uphumelele. Lawa mafutha anamandla kakhulu asetshenziswa ukuvula izindlela zempumelelo nokuchuma. Uma ufuna ukuletha imali eningi ebhizinisini lakho, lawa mafutha ayindlela okufanele uyisebenzise. Lawa mafutha aqukethe umuthi wangempela owenza asebenze kahle futhi abe namandla angajwayelekile.

Indlela yokusebenzisa: Faka kuzo zonke izingxenye zomzimba izikhathi ezintathu ngosuku, noma ungahlanganisa nawo kuthandiwe uwoyela, ukhilimu noma ivaselina yakho.