...

Roselina Oil, Amafuta Roselina 100ml

R20,00

Amafuta eRoselina, Aletha inhlanhla empilweni yakho ngala mafutha anamandla enzelwe ukususa amabhadi. Thembela emandleni eRoselina Oil bese ubona umehluko enhlanhleni yakho. Isiwasho senhlanhla esithakwe nangamkhambi esintu, sisondeza kakhulu umuntu wakho sehlise nolaka uma kungumuntu onomoya ophezulu. Lawa mafutha aqukethe umuthi wangempela owenza asebenze kahle futhi abe namandla angajwayelekile.

Indlela yokusebenzisa: Faka kuzo zonke izingxenye zomzimba izikhathi ezintathu ngosuku, noma ungahlanganisa nawo kuthandiwe uwoyela, ukhilimu noma ivaselina yakho.