Unozimanga, iSiwasho Sezimanga

R20,00R30,00

Isiwasho Sa Nozimanga, siwasho senhlanhla enkulu kanye nokulwa nemimoya emibi. Uyakhuluma nawe uqondisa ukuthi sifanele sikusize ngani. Sebenzisa lesi siwasho ngokugquma, ukuphalaza, ukugeza, nokuphephetha. Siyakwazi ukuhlelela impilo yakho, siqinisekise ukuthi yonke into ihleleka kahle empilweni yakho.

Ukusebenzisa lesi siwasho: Lesi siwasho sifakwa amashumi angama-50 ahlukene kwi-container yaso ngaphambi kokusisebenzisa. Faka isipuni emanzini uma uzogquma, ukhulumise, noma ususa isidina nezichitho ukuze zisuke kuwe zibuyela lapho zisuka khona. Uma uzophalaza noma usebenzisa i-orange, thatha i-orange uyisike phakathi. Omunye ucezu ulahle, omunye uwufake isiwasho esincane nobisi olulingana isipuni bese uxova kahle. Khuluma konke okufisayo bese ekuseni lingakaphumi ilanga ulilahle ehlalimini.

Lesi siwasho: Uyalikhulumisa wena ukuthi ufuna likwenzele ini, bese lihleli izinsuku eziyisithupha ngaphambi kokuba lisebenzise. Ukusebenzisa: Uyageza ngaso, Uyachela, Uyagquma, Uyaphalaza, Uyaphephetha, Uyabethela ngaso, Uphinde ukhulumise izifiso zakho. Lesi siwasho sikwenza uphunyuke ezinkingeni, silungise izindlela zakho, futhi sikusize uphumelele ezintweni zakho.

SKU: AHP0000000057 Category: Tags: ,