...

Siwasho Mavula, Esivula Inhlanhla Evalekile

R15,00

iMavula Kuvaliwe siwasho esihlanzayo esivula inhlanhla evalekile, sisize abantu abazelwe bembethe futhi sisuse isinyama. Sikwenza uthandeke kubantu, ube nogazi, uthole umsebenzi, kuvuleke amaphupho nezindlela zakho. Lesi siwasho sikwenza uzwakale uma ukhuluma, uthole izimali ezivalekile, uthandwe, futhi uqonywe.

Indlela yokusebenzisa lo mkhiqizo: Gquma ngomusi, geza umzimba, hlapa kahle, cela izifiso zakho, gasha, futha umzimba wakho, aramela, bese uphephetha izifiso zakho emoyeni.

Category: Tags: ,
Seraphinite AcceleratorOptimized by Seraphinite Accelerator
Turns on site high speed to be attractive for people and search engines.